Latest News Editor's Choice


Entertainment / Music

1ns and 2s with DJ-Sticha - Know your song Mondays

by DJ-Sticha
02 May 2016 at 08:29hrs | Views
Impilo ngeke ifane uma umculo ungekho, you know it's Monday when you see that headline. Nginethemba niphilile kuwo wonk' amagumbi omhlaba, abanye bakuholiday jabulani nizibheke. Umuntu uma umthanda, mtshele uma umkhumbulile mfonele noma fika kuye umbone ngoba life is too short you may never get a chance of saying goodbye akufani nechess ukuthi you plan amamoves kuhambe ngendlela omise ngayo. Ngakho make them know you love and value them as many times as possible ngoba tomorrow might never come. Namhlanje ngiye ngaya phansi le ePram ePlumtree kwesikaTshitshi eMpandeni, la engilande khona indoda edlala umculo omnandi oweRhumba esichazela kabanzi ngengoma yakhe ethi Dear Mama.

"Igama nginguMduduzi Golide, ngokuzalwa ngizalelwe ePlumtree eMpandeni ngaphansi kwenduna uTshitshi ngakhulelela khona ngenza iPrimary school khona iSecondery ngifunde eSt Francis Tshitshi Sec School Kwezomculo ngiqale ngo 2009 ngaqala ukurecorda ngo2011 nequmbu Abafana Bokuthula kwathi ke ngo2012 l went solo ngakhipha ialbum ethi uThando Luyinkinga ngo 2013 ngaphansi kwegama elithi Mduduzi Golide & The United Africans ngo2014 ngeza eyesibili nethi Wavumelani

kulonyaka ka2016 ngenze ethi Dear Mama lengoma ngiyenze emva kokushiywa ngumama on the 2nd of March 2015 kube buhlungu kakhulu kumina ukuhamba kwakhe emhlabeni ngoba bekunguye kuphela umzali ebenginaye empilweni ubaba engekho udlale indima enkulu kakhulu empilweni yami usheshe wahamba ngoba bengizitshela ukuthi ngisezomgcina ngakhe umuzi ahlale kuwona ngimbonge ngendlela angikhulisa ngayo kube buhlungu kakhulu ngoba uhambe kungathi ngisamkoloda bengingakakwenzi lokho ebengifisa ukumenzela khona mina naye besi close kakhulu engumama engumngane kimi aphinde abengubaba kimi ngemisebenzi yakhe

Ingoma ngiyibhale ngesimo esinjalo kodwa ngingayibhekisanga kimi kuphela, ngiyibhikise kuwonke umuntu ophila kusimo esinjalo intandane enhle ngumakhothwa ngunina engenaye ke angazi ibizwani".


For bookings nokutheng' amaCD, thinta uGolide la:


Cellphone:
+27 73 293 1264 also on whatsapp

Facebook: Mduduzi Golide

Uma nawe ufisa ukuvela kulo lol' uhlelo, bhalela uSticha i email noma uthumele iwhatsapp msg kunamba yakhe ethi +27 76 143 4787, uchazele abalandeli bakho ngengoma thizeni nokuthi wayibhala kwenzenjani.

Masicobelane ngolwazi, masikhulisane emculweni

OkaMalobola luphakathi umtwana uyabonga.

Source - DJ-Sticha