Latest News Editor's Choice


Opinion / WhatsApp Updates

'Uhulumende kufanele akhe ibholoho kumfula uTshangane' - WhatsApp update

26 Sep 2014 at 06:44hrs | Views
Please note that Bulawayo24 does not edit WhatsApp updates. We publish them as sent by our readers and we do not disclose the sender's telephone number

05:43, 26 Sep - ‪+27 7* *** ****‬:
Mhleli ngithemba abaholi bayazifunda lezindaba esisuka sibabikela zona. Mhleli  kulendawo ekomaGwayi lakoSinjani. Lendawo ihlukaniswe ngumfula uTshangane. Ngesikhathi sezulu abantu bayahlupheka mabefuna ukuya eMbuma esibhedlela ngaphansi kweNduna uSikhobokhobo. Ngibona uhulumende kufanele akhe ibholoho laphaya. Ngoba kuthinteka abantu bakulezi ndawo Sinjani, Sinemithwe, Makwatheni, Sivalo, Sebhumane, Kana, Nzaligwa, Somankantane. Ngiveze indawo ezimbalwa nje. Umuntu ma egula kabuhlungu kufanele aqale agade ayeNkayi loba eLupane ukuba ayothatha  amabhasi aya eMbuma . Ikanti kungalula makulebholoho ngeke kuthathe lamahola amane(4hrs) ukuya lapho. Njalo bayaphela abantu bethathwa ngumfula. Yisicelo engisifaka  kuhulumende lakubaholi bendawo. Ngiyabonga.



Source - Byo24News via WhatsApp
All articles and letters published on Bulawayo24 have been independently written by members of Bulawayo24's community. The views of users published on Bulawayo24 are therefore their own and do not necessarily represent the views of Bulawayo24. Bulawayo24 editors also reserve the right to edit or delete any and all comments received.