Latest News Editor's Choice


Opinion / WhatsApp Updates

Kanti lemali esiyithelayo iyaphi? - WhatsApp update

23 Sep 2014 at 15:57hrs | Views
Please note that Bulawayo24 does not edit WhatsApp updates. We publish them as sent by our readers and we do not disclose the sender's telephone number.

17:37, 23 Sep - ‪+27 7* *** ****‬: Mhleli ngijabula kakhulu ukusinileza ithuba lokubeka uvo lwethu kubaphathi. Kunokukhala okukhulu ezakhamizini zazeMakwatheni kuNduna uSikhobokhobo eNkayi. Lami nginje ngiyakhala. Sithelela inkomo kuhulumende kodwa azidibhi. Kanti lemali esiyithelayo iyaphi?. Ngumbuzo esibuzana wona njengezakhamizi. Okwesibili umama uSithembiso Nyoni wathi ezofuna amavoti ethu wasithembisa ukuba uzakwakha idamu eliseduze lesikolo seMakwatheni . Kuze kube manje otitsha bayahlupheka ngamanzi . UD.A naye wakhuluma ihaba ebazalini wathi uzosiza kodwa alukho usizo esilubonayo. Okwesithathu sihamba ibanga elide silanda amabhasi. Usuka ekhaya ngo (8)ntambama ulanda ibhasi esazobuyela koBulawayo ngo(10) ebusuku. Mhleli ngibhala inhliziyo impopoza igazi ngalaba abaholi abalamanga. Kanti sivotelani ma intuthuko singayiboni. Sengigoqa baholi sicela ukuthembeka kini .Abantwana ,izakhamizi ,isikolo lenkomo  azilamanzi ngendaba yenu baholi elingathembakalanga. Ngiyabonga

17:53, 23 Sep - Bulawayo24News: Thank u
naked

Source - Byo24News via WhatsApp
All articles and letters published on Bulawayo24 have been independently written by members of Bulawayo24's community. The views of users published on Bulawayo24 are therefore their own and do not necessarily represent the views of Bulawayo24. Bulawayo24 editors also reserve the right to edit or delete any and all comments received.
More on: #WhatsApp