Latest News Editor's Choice


Opinion / Columnist

'uGrace Mugabe engazosithuka kwelemaNdebeleni njengomkakhe' - WhatsApp update

13 Oct 2014 at 13:36hrs | Views


Please note that Bulawayo24 does not edit WhatsApp updates. We publish them as sent by our readers and we do not disclose the sender's telephone number.

07:48, 13 Oct - ‪+27 7* *** ****‬: Angiveze mhleli ukukhathazeka kwami ngokhankaso oluzoqhutshwa ngunkosikazi kamongameli kwelemaNdebeleni. Angikuveze ukuba sonke isikhathi ma umyeni wakhe ekhankasa ngapha kwelakithi sithola ukuthukwa okukhulu. Isibonelo umongameli ufika athi amaNdebele abalekela egoli aphenduke lebhasikili. Uyalibala ukuba nguye owasuka wadala  leyondaba yokubaleka kobaba lathi silandela bona. Into ebuhlungu mhleli yikuba ngeke umthole umuntu okhuluma isiNdebele emi e(robot) ecela imali thina siyasebenza kanzima futhi. Mheli imali yamadayimani iyaphi ngoba asiluboni usizo lwayo. Yama(tollgate) itshonaphi. Yentela yona iyaphi. Ngiveza lezizimali ngoba ngifuna lomama ma efika emaNdebeleni achaze ngazo hayi ukuba sizothethiswa nguye lendoda yakhe. Mhleli ngivumele ngiveze ukujabula kwami ngimkhulumeli


07:53, 13 Oct - ‪+27 7* *** ****‬: Mhleli ngivumele ngiveze ukujabula kwami ngomkhulumeli wephalamende osephumele obala ngendaba yokufa kobabamkhulu ngesikhathi seGukulawundi(gukurawundi) . Mheli umongameli kaphumele ngaphandle ngalendaba ngoba obaba lomkhulu asibazi ukuba balelephi. Ngifaka zonke lezi ndaba ngoba unkosikazi kamengameli uzoncenga abantu ukuda bavotele

12:23, 13 Oct - ‪+27 7* *** **** (Citizen 2)‬: Hie msasazi ngithanda ukudlulisa ukukhathazeka kwami ngohambo lwe nkosikazi kamongameli kwelamandebele , ngoba sahlukumezeka kakhulu ngesikhathi segukurahundi  aluzangelucelwe noxolo ngokusibulalela izihlobo zethu and kumanje asinazihlobo asizazi noba zashonaphi. I bulawayo isiphenduke amanxuwa akusela misebenzi  umongameli ukhala ngama sanctions  uthatha izinto zonke uzisa eharare thina amandebele nasazi nxa sokuzaba lukhetho  , inengi imali eyenziwa ngama toll gate ayibonakali ukuba iyaphi ngoba iwela ezandleni ezigcwele inkohlakalo njalo angazi noba uphuhliso luyaze lube khona nini kwelamandebele ngiyabonga mhleli wendaba


Source - Byo24News via WhatsApp
All articles and letters published on Bulawayo24 have been independently written by members of Bulawayo24's community. The views of users published on Bulawayo24 are therefore their own and do not necessarily represent the views of Bulawayo24. Bulawayo24 editors also reserve the right to edit or delete any and all comments received.