Latest News Editor's Choice


Entertainment / Music

1ns and 2a with DJ-Sticha - Know your song Mondays

by DJ-Sticha
28 Mar 2016 at 09:44hrs | Views
Sekunjalololololooooooo sesiphinde sahlangana ngiyethemba iniphathe kahl' ilong weekend bekumnandi kudlalw' umculo abanye behlabelela kusinwa kudedelwana. Ukuhlabelela kuyamthokozisa odabukileyo, kuyakha, kuyafundisa njalo kuhambisa imbiko ehlukene ezindaweni eziningi ngesikhathi sinye. Umculo uhlanganisa izizwe, ukhuluma nomuntu kushintshe indlela azizwa ngayo ngento thizeni. Namhlanje ke hlangana nomculi woMaskandi owaziwa ngelikaTsholotsho King esichazela ngengoma yakhe ethi Noma ngiyisoni ewu track number 12 kuAlbum yakhe ethi uShunodidayo.

Igama lami lokuzalwa ngingu Brilliant Dube ngibuya koGombalume eTsholotsho phansi kwenduna uMswigana ngifunde koGombalume nako Dlamini ngaqedela eTshitatshawa. Umaskandi ngawuthanda ngisa khula kodwa ngibe wumlandeli ojulileyo  ngo2006 ngilandela uMgqumeni, waze washona ngo2009  ngaqala ukucula ngo2012 ngiyawuthanda kakhulu lomculo

Ingoma ethi Noma ngiyisoni iwu track number 12 kuAlbum yami ethi uShunodidayo. Lengoma ngayibhalela abantu abangamkhonzi uNkulunkulu ukuba baphenduke bamazi njalo bazi ukuthi uNkulunkulu uyakuthethelela noma uyisoni kuphela uma uvuma zonke izono zakho zihlanjululwe.
Ibuye ikhuthaze futhi  nabakholwayo ukuthi bahlale ekukhonzeni uNkulunkulu bengawi, Amen.

Ijabulele nans' ingoma video emnandi njalo enomlayezo ojulile from Tsholotsho King, just press play and enjoy.

Tsholotsho King_Ngiyisoni


Uma ufuna sibhale ngengoma yakho nawe uchazele abalandel' umbiko oqukethwe ngamalyrics wayo, thumela i email to keithphakathi@gmail.com usitshele kabanzi ngawe nomculo wakho.

Masabelane ngolwazi, masikhulisane emculweni

Xhumana noTsholotsho King la:

Facebook:Tsholotsho King  Shunodidayo Sbanesnamandla

Noma ufone/ whatsapp +27 74 7160 190

Source - DJ-Sticha

Subscribe

Email: